Video de: Bhala Mabhalane Lyrics Ambitiouz Entertainment » Lyrics Fox.MusicaDe.Win

Bienvenidos a Fox.MusicaDe.Win Disfruta del Video de: Bhala Mabhalane 2025 Ambitiouz Entertainment » Lyrics y comparte musicas con los amigos, Musica Gratis 2025! Fox.MusicaDe.Win!.

Video de: Bhala Mabhalane Lyrics Ambitiouz Entertainment » Lyrics

Ambitiouz Entertainment - Bhala Mabhalane Lyrics


[Intro: Sbahle]
Ngabe uzongbiza na (Ngabe uzongbiza na)
Mhla ulanda iBandla lakho emhlabeni?
Ngabe uzongizwa nam' (Ngabe uzongizwa nam')
Mhla ulanda ibandla lakho, labangcwele?

[Chorus: Sbahle]
Bhala mabhalane uzungibhale nami (Ngibe khona nam')
Oh bhala mabhalane uzungibhale nami (Ngibe khona nam')
Ngibe khona nami, ah
Ngibe khona nam', ooh yeah (Oh)
Ngibe khona nami, ah
Ngibe khona nam', ooh yeah (Oh)

[Verse 1: Amahle]
Nom’ izimo zingehlul’ empilweni (Ngibe khona nami)
Noma kwesinda kwehlela emhlabeni, ngibe khona nami
Cel'ungikhanyisele Baba namkwiyndlela zami
Cel'ung’ hawukele Baba (Cel'ung’ hawukele Baba)
Cel'ungikhanyiselе Baba namkwiyndlela zami
Cel'ung’ hawukelе Baba (Cel'ung’ hawukele Baba)

[Chorus: Sbahle]
Bhala mabhalane uzungibhale nami (Ngibe khona nam')
Oh bhala mabhalane uzungibhale nami (Ngibe khona nam')
Ngibe khona nami, ah
Ngibe khona nam', ooh yeah (Oh)
Ngibe khona nami, ah
Ngibe khona nam', ooh yeah (Oh)
[Verse 2: Sbahle]
Bamb’ isandla sami Mdali (Ah)
Noma ngihamb’ ogwadule
Indlela zami zimnyama
Wen' uyang’phakamisa, bengicindezela
Baba uhlale unami
Wen’ uyang’ phakamisa, bengimonazela
Wena uhlala ukhona

[Chorus: Sbahle]
Bhala mabhalane uzungibhale nami (Ngibe khona nam')
Oh bhala mabhalane uzungibhale nami (Ngibe khona nam')
Ngibe khona nami, ah
Ngibe khona nam', ooh yeah (Oh)
Ngibe khona nami, ah
Ngibe khona nam', ooh yeah (Oh)

[Outro: Sbahle]
Ngabe uzongbiza na (Ngabe uzongbiza na)
Mhla ulanda iBandla lakho emhlabeni?
Ngabe uzongizwa nam' (Ngabe uzongizwa nam')
Mhla ulanda ibandla lakho, labangcwele?
Bhala mabhalane uzungibhale nami
Bhala mabhalane uzungibhale nami

Bhala Mabhalane » Ambitiouz Entertainment Letras !!!

Videos de Ambitiouz Entertainment

Esta web no aloja ningun archivo mp3©Fox.MusicaDe.Win 2025 Colombia - Chile - Argentina - Mexico. All Rights Reserved.

Musica Online, Escuchar musica online , Musica En Linea, Musica en linea gratis, Escuchar Musica Gratis, Musica Online 2025, Escuchar Musica

Musica 2025, Musica 2025 Online, Escuchar Musica Gratis 2025, Musica 2025 Gratis, Escuchas, Musica de Moda.