Video de: Bazokhuluma Ft Zakwe Mthunzi Lyrics Kelly Khumalo » Afro Fox.MusicaDe.Win

Bienvenidos a Fox.MusicaDe.Win Disfruta del Video de: Bazokhuluma Ft Zakwe Mthunzi 2025 Kelly Khumalo » Afro y comparte musicas con los amigos, Musica Gratis 2025! Fox.MusicaDe.Win!.

Video de: Bazokhuluma Ft Zakwe Mthunzi Lyrics Kelly Khumalo » Afro

Kelly Khumalo - Bazokhuluma Ft Zakwe Mthunzi Lyrics


"Bazokhuluma" lyrics Kelly Khumalo Lyrics "Bazokhuluma"
(feat. Zakwe & Mthunzi)

Ngeke ngeke, uphill' impilo yami
Ngob' ang'sab' ukuth' abantu bazokhuluma
Ngeke ngeke, ukhulum' inqondo yami
Ngob' ang'sab' ukuth' abantu bazokhuluma

Makhelwane ungayingeni
Bakhuluma ngawe ngoba bayaz' ubiziwe
We mngan' ungayingeni, ngoba bakhuluma ngawe
Ngoba bayaz' ubiziwe

(Hayibo, nom' ungathula)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Hayibo, nom' ungakhuluma)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)

Uthando lwangempela kunzim' ukul'bona
Intshisekel' eng'nayo bayibiza ngomona
Ub'khazikhazi bami ng'yanizwa ning'ngcoma
Kepha ang'sazi nam, maybe abanye bafisa kuk'bona

Baning' abami nami beng'fisel' ukuwa
Baning' abaphika nam befun' uk'funwa
Mang'qala ng'siz' abanye bathi ng'thand' uk'bukwa
Sogcina s'philel' abantu, mas'tshala bafun' uk'vuna

Mang'sakwaz' uk'jabulis' inhliziyo
Mang'sakwaz' ukuthi ng'kwaz' ukwenz' izint' ezenz' umphakath' uphile
Mang'sakwaz' nje uk'hloniph' impilo
Okomhlaba ngeke sik'jike, thina s'phile
Siyek' abantu (Eh bazokhuluma, eh bazokhuluma)
(Eh azokhuluma, ngob' abantu bazokhuluma)

(Hayibo, nom' ungathula)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Hayibo, nom' ungakhuluma)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)

Umuntu ngek' umenzele lutho
Okusalay' uzokhuluma kab'hlungu
Mayesehlangene nobhululu bakhe
Bangawulimaza bawuqed' umphefuml' abantu
Ngenxa yamaganyana abawasho kuwe, kuwe

Umuntu ngek' umenzele lutho
Okusalay' uzokhuluma kab'hlungu
Mayesehlangene nobhululu bakhe
Bangawulimaza bawuqed' umphefuml' abantu
Ngenxa yamaganyana abawasho kuwe, kuwe

(Hayibo, nom' ungathula)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Hayibo, nom' ungakhuluma)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)

Nom' abantu bangaval' umnyango owodwa
Dali uzovul' omuny' ongavalekiyo
Abantu bomhlaba babeyincele
Kuwodw' ongabonayo uyasiwelisa ngobungcwele

(Hayibo, nom' ungathula)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Hayibo, nom' ungakhuluma)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)



Bazokhuluma Ft Zakwe Mthunzi » Kelly Khumalo Letras !!!
Esta web no aloja ningun archivo mp3©Fox.MusicaDe.Win 2025 Colombia - Chile - Argentina - Mexico. All Rights Reserved.

Musica Online, Escuchar musica online , Musica En Linea, Musica en linea gratis, Escuchar Musica Gratis, Musica Online 2025, Escuchar Musica

Musica 2025, Musica 2025 Online, Escuchar Musica Gratis 2025, Musica 2025 Gratis, Escuchas, Musica de Moda.