Video de: Paris Feat Lwa Ndlunkulu Lyrics Mthandeni » Lyrics Fox.MusicaDe.Win

Bienvenidos a Fox.MusicaDe.Win Disfruta del Video de: Paris Feat Lwa Ndlunkulu 2025 Mthandeni » Lyrics y comparte musicas con los amigos, Musica Gratis 2025! Fox.MusicaDe.Win!.

Video de: Paris Feat Lwa Ndlunkulu Lyrics Mthandeni » Lyrics

Mthandeni - Paris Feat Lwa Ndlunkulu Lyrics


kuya ngokuthi ungubani
uhamba izindawo ezinjani
uphila nabantu abanjani
upheth' istayela esinjani
kuya ngokuthi ungubani
uhamba izindawo ezinjani
uphila nabantu abanjani
upheth' istayela esinjani
ngangiy'thanda int'enhle
amandla nganginawo
ngifisa ukuyisa umuntu wami e-paris
ngiyomdlisa amahinyahinya
ngangiy'thanda int'enhle
amandla nganginawo nje
ngifisa ukuyisa umuntu wami e-paris
ngiyomdlisa amahinyahinya

iyey yeh
iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey
wen' umuntu wami, umuntu wami
futhi ngiyohlezi ngik'thanda
nomabethini, oh bethini, o bethini
wena umuntu wami, umuntu wami wedali
umuntu wami yeye, yeyeyi
ngabe ngik'thengel' isthuthuthu dali
ugijime ufike langakithi

manje anginalutho, ngizokukhandel' ingolovane
ngabe ngik'thengel' uswidi dali
ngik'qabule ngawo themba lami
manje anginalutho, ngizokugubhel' amatshe
abantu bathi uthando aluboni
kazi iyozala nkomoni
ngoba ekhethi indoda ingena mali
indoda ingena lutho
mali kanti ukhetha abanjani?
mali kanti uthanda abanjani?
ngoba mali ngiyasebenza

wena uqoma umlungu na kunami?
mali kanti uqoma abanjani?
mali kanti ufuna abanjani?
ngoba mali ngiyasebenza
wena ukheth' umlungu na kunami?
mali kanti uqoma abanjani?
mali kanti ukhetha abanjani?
ngoba mali ngiyasebenza
wena uqoma umlungu na kunami?

iyey yeh
iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey
wena umuntu wami, umuntu wami
iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey
wena umuntu wami, umuntu wami
futhi ngiyohlezi ngik'thanda
nomabethini, oh bethini, o bethini
wena umuntu wami, umuntu wami wedali
umuntu wami yeye, yeyeyi

Paris Feat Lwa Ndlunkulu » Mthandeni Letras !!!

Videos de Mthandeni